Ama-Woreda ase Itiyopiya

I-Woreda yisigaba noma ingxenye yesithathu ekuhlukanisweni kwezwe lase Itiyopiya. Ngokulandelana kuqala isifundazwe (region), kulandele isifunda (zone), kulandele i-woreda (woreda/district) bese kugcina iwadi (wards/kebele). Ngezansi uhlu lwama-woreda ase Itiyopiya ngaphansi kwezifundazwe kanye nezifunda atholakala kuzona.[1]

Ama-Woreda ase Itiyopiya (Ama-woreda avezwe ngolayini noma ngomngcele omhlophe)
  1. "Ethiopia shapefiles – Ethiopia's Administrative Woredas"[dead link]. africaopendata.org. Kulandwe ngo-Masingana 4, 2021.

From Wikipedia, the free encyclopedia · View on Wikipedia

Developed by Tubidy