Indwalife

Abasebenzisi bahlwaya indwalife ngemidwambu yabo ku- Second Life .

Indwalife iyizwe elifefenyekwa ngesicikizi elingaba nalabo okungabasebenzisi abakwaziyo ukudala isidwambu sabo siqu, futhi ngesikhathi esifanayo bakwazi ukuhlwaya indwalife ngokuzimele, babuye bahlanganyele ebuqhebeqhebeni balelo zwe futhi baxhumane nabanye. Lezi zidwambu kungaba iziqakaqo, imifanekiso, noma imidwambu eyimibukiso yabukhoma enenzwakalo nokuzwa ukuthinta. Izindwalife zihlobene eduze namazwe ayisithunzi.


From Wikipedia, the free encyclopedia · View on Wikipedia

Developed by Tubidy